当前位置: X-MOL 学术South African Journal of African Languages › 论文详情
Our official English website, www.x-mol.net, welcomes your feedback! (Note: you will need to create a separate account there.)
Ubunkondlo ezihlabelelweni zamaNazaretha
South African Journal of African Languages Pub Date : 2019-07-03 , DOI: 10.1080/02572117.2019.1618002
Melusi Ernest Msomi 1
Affiliation  

Leli phepha lihlaziya ubunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Izihlabelelo zebandla lamaNazaretha zinabo bonke ubunkondlo obutholakala ezinkondlweni, zinalobu bunkondlo: izitanza noma amabinza, indikimba, ifanamsindonkamisa, ifanamsindongwaqa, umgqumo njll. Kuzophinda kuhlaziywe izindikimba ezahlukene ezitholakala ezihlabelelweni ngoba lezi zihlabelelo zisetshenziswa ngemikhosi eyahlukene. Leli phepha lizophinde lihlaziye emvelaphi yezinye zezihlabelelo. Lolu cwaningo luzosiza abantu ikakhulukazi amaNazaretha ukuthi azi ukubaluleka kwezihlabelelo kanye nokuqukethwe yizo izihlabelelo. Insizakuhlaziywa esetshenziswe kulolu cwaningo ibizwa ngokuthi iHermeneuic data analysis. Le nsiza kuhlaziwa ibuka ubuciko obuholakala emibhalweni. Nengoba kulolu cwaningo kubhekwa ubunkondlo obutholakala ezihlabelelweni, iyahambisana ngoba phela ubunkondlo bungubuciko. Kuphinde kwasetshenziswa insizakuhlaziya ebizwa nge content data analysis. Le nsizakuhlaziya igxile kakhulu ekufaneni kolwazi olutholakele ngokwezindikimba zalo. Le nsizakuhlaziya ihlela ulwazi ngokufana kwezinto ezishiwo yilabo ababambe iqhaza ocwaningweni. Le nsizakuhlaziya isiza ekutheni umcwazingi akwazi ukunciphisa noma afingqe lokhu akutholile ngaphambi kokuba ephethe ucwaningo. Kuyenzeka ukuthi abantu ababe yingxenye yocwaningo besho izinto eziningi ezahlukene, kodwa kukhona labo abasho izinto ezifanayo. Esimeni esinjalo lolu hlobo lwensizakuhlaziya luyasiza ekuthatheni lolu lwazi olufanayo ukuze umcwaningi asebenzise lona ocwaningweni. Okutholakele kulolu cwaningo ngukuthi abantu abangamaNazaretha abazi ukuhi ezinye zezihlabelelo zisho ukuhini. Lolu cwaningo luzobasiza ukutheni bazi ngezindikimba ezahlukene eziqukethwe yizihlabelelo.

中文翻译:

拿撒勒人(Ubunkondlo ezihlabelelweni zama)

Leli phepha lihlaziya ubunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha。Izihlabelelo zebandla lama Nazaretha zinabo bonke ubunkondlo obutholakala ezinkondlweni,zinalobu bunkondlo:izitanza noma amabinza,indikimba,ifanamsindonkamisa,ifanamsindongwaqa和umgqumo njll。Kuzophinda kuhlaziywe izindikimba ezahlukene ezitholakala ezihlabelelweni ngoba lezi zihlabelelo zisetshenziswa ngemikhosi eyahlukene。Leli phepha lizophinde lihlaziye emvelaphi yezinye zezihlabelelo。Lolu cwaningo luzosiza abantu ikakhulukazi amaNazaretha ukuthi azi ukubaluleka kwezihlabelelo kanye nokuqukethwe yizo izihlabelelo。Insizakuhlaziywa esetshenziswe kulolu cwaningo ibizwa ngokuthi iHermeneuic数据分析。Le nsiza kuhlaziwa ibuka ubuciko obuholakala emibhalweni。Nengoba kulolu cwaningo kubhekwa ubunkondlo obutholakala ezihlabelelweni,iyahambisana ngoba phela ubunkondlo bungubuciko。Kuphinde kwasetshenziswa insizakuhlaziya ebizwa nge内容数据分析。Le nsizakuhlaziya igxile kakhulu ekufaneni kolwazi olutholakele ngokwezindikimba zalo。Le nsizakuhlaziya ihlela ulwazi ngokufana kwezinto ezishiwo yilabo ababambe iqhaza ocwaningweni。Le nsizakuhlaziya isiza ekutheni umcwazingi akwazi ukunciphisa noma afingqe lokhu akutholile Ngaphambi kokuba Ephethe ucwaningo。Kuyenzeka ukuthi abantu ababe yingxenye yocwaningo besho izinto eziningi ezahlukene,kodwa kukhona labo abasho izinto ezifanayo。Esimeni esinjalo lolu hlobo lwensizakuhlaziya luyasiza ekuthatheni lolu lwazi olufanayo ukuze umcwaningi asebenzise lona ocwaningweni。Okutholakele kulolu cwaningo ngukuthi abantu abangamaNazaretha abazi ukuhi ezinye zezihlabelelo zisho ukuhini。
更新日期:2019-07-03
down
wechat
bug